Skip to product information

Nginsundu Nginezinwele Ezisongene (isiZulu Edition) (Paperback)

Regular price R 160.00
Sale price R 160.00 Regular price R 160.00
Tax included.

Author: Karen Theunissen

ISBN: 9781431428977

Sonke kulo mndeni sibukeka sehlukile. UBaba mude mnyama. UMama unezinwele ezinsundu ezilula namehlo aluhlaza. Ezinye zezingane zinezinwele eziqondile, ezinye zinezinwele ezisongene. Abantu bababuka ngamanye amehlo, kwaze kwathi ngelinye ilanga, enye yezingane yaqunga isibindi yakhuluma ngeqholo ngokuthi uqobo lwayo ingubani emva kokuba isiyazi ngemvelaphi yayo nanokuthi kungani ibukeka yehlukile.

Le ncwadi yezithombe imayelana nezinselelo izingane eziningi ezibhekana nazo ngoqobo lwazo lapho zibukeka zehlukile kwamanye amalungu emindeni yazo. Le ncwadi ilandisa izingane ngomlando waseNingizimu Afrika owehlukile kweminye okungavamile ukuxoxwa ngawo, ochaza ngefagugu lezinhlanga ezixubene nomthelela elingaba nawo endleleni ezibukeka ngayo, kodwa nokho lizigcine ziyingxenye yomndeni owodwa.
READ MORE